ukubamba ongezansi

ukubamba ongezansi kuchaza ukuphoxeka noma ukudumala, okwenziwa yinto obekade ungayilindele ukuthi izokwenza.
Ukubamba ithambo kuchaza ukuxhawula umuntu, abantu abaningi sebenza ama hugs kulezinsuku ngeshwa ihug (ukwanga) ayithathwa njengokuthi usuke ubamba ithambo.
Ukubamba ofike ngayo kuchaza ukuphendela emuva noma ukugoduka
Ukubamba isimilo kuchaza isimo lapho ikakhulukazi intombi izenza sengathi iziphethe kahle khona indoda izojabula icabange ukuthi ithole intombi eziphethe kahle, isibonelo: ukuvakashelwa yintombi ingafuni lutho ngosuku lokuqala, kanti isinengane vele.

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo